Ifilosofi
 
Igama elithi Therapeia lithathelwe kusiGriki, okusho ukuphelela ukufezeka.
Kuwuthanda lokuzinikela kwe Therapeia ukusiza abantu kanye namabhizinisi kufinyelele. Ekugcineni kwamakhona abo, benze konke abangakwenza ukuphila imipilo egcwele.

Injongo yethu ukuhlomisa nokufundisa amaklayenti ethu ukuzithuthukisa ngokuphelele. iTherapeia inika ukuqeqesha kanye nokuxoxisana kuyo yonke iminxa yokuthuthuka komuntu.

Sisiza amabhizinisi ekuthuthukiseni umcebo kanye nabantu uqobo, lokho kuholela. Emikhiqizweni engcono.

Sethemba futhi sikholelwa ukuthi usizo lwethu lungasiza ekuthuthukiseni ulwazi nokukhula. Ngokugcwele nokuqwashiseka kanye nenjongo yebhisinisi umuntu ngamunye.